Skip to content
TrackPodcasts
educationJan 12, 202632:48pending

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 12 January 2026

About this episode

TEA TIME WITH LADY-D : Hi Mam Khoza nakumaleli woKHOZI FM ngiyaphila ngibhala
mayelana netiye, empeleni ngiyasha ngicela usizo ningibonise nangezeluleko kunzima emshadweni.
Ngicela ungifihle ngokuhlala ngise JHB nginomyeni owalobola akangaqeda wembesa akuphelelalanga,
sinezingane ezintathu naye ngamfica eganiwe unonkosikazi emakhaya azange kwaba mnandi until now
but akafuni sihlukane mina angisenalo uthando uthi ngadlala ngesikhathi sakhe esingaka
ngimbambezela. Sengize ngiyamsaba ngisaba nokulala naye endlini mam khoza kuningi ngeke
ngikwazi ukukubhala konke lapha angazi noma yimi engingazazi kahle
Kuyinkinga lokhu Mam Khoza angisazi ngenzenjani ngiwubikele umndeni wakhe nowami akafuni
ukuhlala phansi siwumndeni ufuna abantu angabazi ufonela nabefundisi bami angiphoxe kubo uthi
Angi submit njengomfazi wehla embhedeni wayolala kowabantwana but icala sekungelami
unamagama Amabi towards mina wagulelwa inkosikazi yakhe, bamphuca imoto akaxoxi namuntu
ngakho ������kubi konke kodwa manje umuntu othanda nemithi okholelwa kuyo nje kakhulu uthi
mina ngihlela ukumbulala ungikhuluma kabi ezinganeni zami ngiyesaba Thixo wami ngicela
ningilekelele.

Get every episode summarized

Each time Jabulujule 9 -12 publishes, we email you a written briefing from the transcript — the topics, who appeared, and any specific claims, with the ad reads skipped.

Email me new episodes

Free for 3 shows. No card needed.

Hosts & guests

No transcript yet

This episode has not been transcribed. Request it and it moves to the front of the queue.

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 12 January 2026

Jabulujule 9 -12

0:00
32:48

More episodes

More from Jabulujule 9 -12

View all episodes →